Sezitholakele izicubu zomzimba zowesifazane waseThekwini

2018-01-30 16:05

Durban - Ibamba likaKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal, uMajor General Bheki Langa, uwashayele ihlombe amaphoyisa ngokuboshwa ngokushesha komsolwa nokutholakala kwezicubu zomzimba.

Lokhu kulandela ukutholakala kwesidumbu sowesifazane sicwiyiwe.

Ngokwesitatimende samaphoyisa ngomhlaka-23 Januwari 2018 ngezithuba zabo-14:30, kwatholwa isidumbu sowesifazane oneminyaka ebalelwa kweko-30 ubudala epaki iPigeon Valley, eMbilo.

Lesi sidumbu satholwa sicwiywe izicubu zomzimba; okubalwa iminwe nekhanda.

OLUNYE UDABA:Kutholwe isidumbu sowesifazane sishumpuliwe epaki eThekwini

Kwavulwa icala lokubulala esiteshini samaphoyisa aseMbilo ukuze kuzophenywa.

Ngosizo lomphakathi kube sekuboshwa umsolwa, 32, ogcinwe esitokisini samaphoyisa endawo.

Izicubu zomzimba zalo wesifazane zitholwe ngemuva kokuba umsolwa ephekwe ngemibuzo wabe esekhipha iqiniso.

Umsolwa kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yaseThekwini maduze.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.