Sibanjwe sesiku-N2 isigebengu neMercedes sithi siyizwa amandla

2017-10-10 07:10

eMpangeni - Owesilisa owaziwa njengomgulukudu omdala uChristopher Bheki Mhlenyama, 68, wenze lokhu adume ngakho.

uMhlenyama ufike esitolo esidayisa izimoto iNyanga Motors wakhohlisa umdayisi wezimoto ezenza udokotela ofuna ukuzwa imoto yohlobo lwe-E Class Mercedes Benz emhlophe ngaphambi kokuyithenga.

Yize imibiko ingacacile kahle ngobufakazi abuvezile ngokuthi ungudokotela, kodwa isitolo simnikile imoto.

Lo msolwa uhlangane nomdayisi wemoto egalaji likaphethiloli bahamba ngale moto baya esibhedlela. Kushayela yena uMhlenyama.

OLUNYE UDABA:Udutshulwe wabulawa umsolwa obevaleleke ku-ATM, oThongathi

Uthe esuka lapho watshela umdayisi ukuthi ufuna ukuzwisa umkakhe imoto. Ngesikhathi umdayisi ephuma, lo msolwa ushaye wahcutha nemoto.

Umdayisi uphuthume emaphoyiseni aseMpangeni eyobika ngalesi sihameko futhi wabikela nenkampani yama-tracker.

Umsolwa uvinjwe ngabeMarshall Security Special Operations Team, Z2 Security, HAWKS Security kanye namaphoyisa kuN2 ngase Tongaat Toll Plaza.

Lo msolwa ubanjwe ehamba nosewimame emotweni.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.