Siboshiwe isisebenzi esathumba ingane yomqashi

2016-11-03 14:32

Nairobi - Isisebenzi sasendlini esalahleka nendodana yomqashi sibanjwe ezinsukwini ezimbili ezedlule sisemzini oseKiserian, eKenya.

Ngokusho kukaLynette Owande, ongumama walo mfana, isisebenzi esaziwa ngelikaRachel sanyamalala nomfana engakabuyi emsebenzini.

Lo mama uthi waqasha lesi sisebenzi ngoMgqibelo ngoba etshelwe ngumfowabo ngaso, ngakho-ke wayengakawutholi umazisi waso kanye nezinye izimfanelo.

OLUNYE UDABA:Isisebenzi sasendlini sebe u-R300k sayothenga imoto nesoka

"Waqala ukusisebenzela ngempelasonto futhi ubehlala nathi ngoba ubesaqala kanti sasingakakukhulumi okwamaphepha kanye nezincwadi zakhe," kusho lo mama.

Indodana ka-Owande endala ithe ibidlala phandle yase ihamba nomngani wayo beyodla isidlo sasemini kubo ngoba bebona isisebenzi ukuthi sithatha isikhathi eside ukubaphekela.

Ngemuva kwamahora ambalwa babuye ekhaya bathola ukuthi isisebenzi asisekho kanye nomfowabo omncane, kubika iNairobi News.



NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.