Sifuna abahlala kwamanye amazwe babuyele ekhaya - UMengameli

2016-07-13 13:30

Lilongwe – Umengamneli waseMalawi uPeter Mutharika kubikwa ukuthi uyalele uNgqongqoshe wezobulungiswa kuleliya lizwe, uSamuel Tembenu, ukuba anze umthetho ozovumela abantu bakuleliya lizwe babenobuzwe obubili ukuze abantu baseMalawi abahleli kwabanye amazwe bezobuyele ekhaya bazotshala izimali.

Ngokombiko weNyasa Times, uMutharika uthe uMnyango wezobulungiswa kumanje uzama ukuchibiyela umthetho ozokwenza abantu baseMalawi babenobuzwe obubili.

Funda nalolu daba: Uxoshiwe udokotela okhiphe izindaba ngesibhedlela

"Njengamanje sichibiyela umthetho. Maduzane sizobesesinawo umthetho. Lokhu kuzokwenzeka ngoba sifuna abantu baseMalawi abahlala kwamanye amazwe ukuba babuyele eMalazw,” ucashunwe esho kanje.

Lokhu kuze ngesikhathi lapho uhulumeni kaMutharika ufuna izindlela ozosiza ngazo leliya lizwe njengoba kungahambi kahle kwezomnotho.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.