Sifuna ukuyifundisa isifundo i-ANC – kusho owe-EFF

2016-08-10 13:32

Johannesburg - UMbuyiseni Ndlozi okhulumela i-EFF uthi inhlangano yabo izoma kwisithembiso sokuthi ngeke basebenzisane ne-ANC, kubika iCitizen.

Uthi basikhabile isicelo sikaKhongolose sokusebenza ndawonye futhi bafuna ukubafundisa isifundo.

Funda nalolu daba:EFF iyona ephethe amakhadi abalulekile- Umbiko

Ekhuluma nabe-Timeslive, uNdlozi uthe yibona abehlise isibalo sabalandeli be-ANC ngoba ukudlondlobala kwabo kubonakale ngokwehla kwesibalo se-ANC.

Uthi esinye sezisathu esenza bangasebenzisani ne-ANC wukuthi kunabantu abakhethe bona ngoba sebekhathele ubuholi bukaKhongolose ngakhoke ngeke bakwazi ukubabuyisela emlonyeni wengwenya.

“Kumele bafunde ukuzehlisa bangaphinde bathathele abantu bansi ngokuziphatha ngale ndlela abaziphethe ngayo,”kusho uNdlozi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.