'Sifunwa yizinkunzi zaseGibhithe isihlabani seDowns'

2016-07-25 14:31

Johannesburg - Isihlabani seMamelodi Sundowns, uKhama Billiat, kubikwa ukuthi sidonse amehlo ezinkunzi zasegibhethe i-Al Ahly neZamalek.

Ngokwemibiko yephephandaba laseZimbawe iThe Herald, lamaqembu asethumele abantu kuleli laseNingizimu Afrika ukuzama ukuhehela iSundowns ekutheni idayise lo mdlali.

Umqondisi we-Al Ahly u-Abdul Aziz Abdul Shaffi usethumele uShady Mostafa El-Tawila ukuba axoxisane namaBrazilian ngalolu daba kanti neZamalek ngokunjalo kuthiwa kukhona esikubeke etafuleni.

Funda nalolu daba: UKomphela ugcine esenzile isinqumo ngoXulu

Kuthiwa iDowns ikubeke kwacaca ukuthi ingavuma ukudayisa uBilliat uma kubekwa imali emfanele etafuleni ephakathi kuka-R25-R30 million, kanti kuthiwa kunamaqembu amfunayo futhi eFrance, Belgium naseChina, kubika iKickOff.com.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.