Sigcine sikhishiwe emgodini isidumbu somvukuzi

2017-10-21 12:32

Carletonville – Isidumbu somvukuzi ebesivaleleke emayini yase-AngloGold Ashanti Mponeng eCarletonville, eningizimu-ntshonalanga yeGoli, sesikhishiwe, nokusho ukuthi sebebabili abavukuzi abashonile.

Isidumbu sitholwe ngoLwesine ngesikhathi kuqhubeka umsebenzi wokutakula, kusho okhulumela i-AngloGold mine uChris Nthite etshela iNews24.

Umvukuzi ubevalekele emgodini ongamakhilomitha angu-3.8 ukujula, kanti imayini yona ingamakhilomitha angaphezu kancane kwamane ukujula.

OLUNYE UDABA: Basale dengwane kuteleka abamabhasi

NgoLwesithathu uNthite uthe kwabanokuzamazama emayini ekuseni ngoMgqibelo, nokwaholela ekushoneni komvukuzi.

UNthite uthe umvukuzi othole ukulimala uyelulama esibhedlela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.