Sigwetshiwe isigebengu esaphuza udilinki sizophanga

2016-08-11 13:31

Cape Town - Sigwetshwe iminyaka engu-15 isigebengu esabanjwa ngokuhlolwa kolibofuzo walo kwidilinki esayiphuza mhla siphanga.

UMatota Sithole,42, ubethinteka emacaleni amaningo okuphanga izitolo phakathi kuka-2013 no-2014.

Funda nalolu daba:Sidutshulwe sisematasa isigebengu emzini wabantu

Ngokusho kukaKaputeni Lloyde Ramovha, kulezi zigameko, izigebengu bezingena ngophahla lwendawo abazophanga kuyo bese bafahlaza i-alamu.

Kwesinye sezitolo abebephanga kuzo, uSithole wazisiza ngodilinki nokuyilapho ashiya khona ulibofuzo lwakhe ebhodleleni.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter  

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.