Sikahle isimo kulandela ukushiswa kwaMasipala eNorth West

2017-06-02 14:01

Schweizer-Reneke – Okwamanje isimo sikahle eSchweizer-Reneke, eNorth West, kulandela umbhikisho onodlame wangoLwesine, kusho amaphoyisa ngoLwesihlanu.

Ngesikhathi kuqhubeka umbhikisho, kuboshwe isisebenzi sakwaMasipala esineminyaka engu-46 ubudala ngecala lokushisa nodlame lomphakathi, kusho uBrigadier Sabata Mokgwabone.

OLUNYE UDABA:Kushiswe okusolwa ukuthi iyizidleke zezidakamizwa nabaqwayizi

Lesi sisebenzi kulindeleke ukuthi sivele namuhla eNkantolo yeMantshi yaseSchweizer, kusho uMokgwabone.

"Isimo sikahle kulandela isigameko sokushiswa kwebhilidi lakuMasipala waseMamusa nomtapo wolwazi womphakathi," usho njalo.

Ngokwemibiko, kungqongqiswe ibhilidi lakwaMasipala nomtapo wolwazi ngesikhathi kubhikisha izakhamuzi ngobekwe esikhundleni sebamba lemenenja likamasipala uLucky Fourie.

UMokgwabone uthe amaphoyisa asiqaphile isimo.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.