Sikhumbula isibhicongo esenzeka eMarikana

2016-08-16 07:15

Marikana - Aqale ngoMsombuluko amalungiselelo okugubha usuku lwesibhicongo esenzeka eMarikana eminyakeni emine eyedlule, kubika iDaily Sun.

Inhlangano ebhekelele ukugujwa kwalolu suku i-Amnesty International, imayini iLonmin ayenzi njengokusho kwayo.

OLUNYE UDABA:Marikana - Umvukuzi wahlasela iphoyisa

“Isibhicongo esenzeka ngo-2012 kwakumele sibe yisifundo kwi-Lonmin ngokuqaphelisisa izimo abantu abaphila ngaphansi kwazo,”kusho uDeprose Muchena ongumqondisi wale nhlangano kuleli.

Kusukela ngo-2012 lapho izinkulungwane zabavukuzi bale mayini babekaphansi amathuluzi ngenxa yokungafinyeleli esivumelwaneni sokukhushulwa kwamaholo nomqashi, imijondolo yakule ndawo isifakelwe ugesi namathangi amanzi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.