Silahlwe yicala lokushayela siphuzile isikhulu esiphezulu se-ANC

2017-03-17 12:30

Cape Town – Ilungu leNational Executive Committee (NEC) ye-ANC, uTony Yengeni, uselahlwe yicala lokushayela ephuzile eNkantolo yesiFunda eKapa ngoLwesihlanu.

IMantshi uGrant Engel imthole enecala “lokushayela ephuze isiphuzo esidakayo”.

Kodwa-ke uYengeni utholakale engenacala ecaleni lokushayela budedengu kanye nangokunganaki.

UYengeni waboshwa eseGreen Point ngomhlaka-12 ku-Agasti kunyaka ka-2013, nalapho okuthiwa imoto yakhe yohlobo lweMaserati emhlophe yayihamba igcwala wonke umgwaqo.

OLUNYE UDABA: Kulindeleke isinqumo ecaleni elibhekene nowe-ANC

Ngaphambilini watshela inkantolo ukuthi wayekade eqhabule kathathu nje kuphela otshwaleni besintu ngalolo suku.

Wathi wayekade ehambele umcimbi wesintu emndenini eGugulethu ngaphambilini ngezikhathi zantambama, wathi futhi akukho okunye akuphuza ngaphandle kwalokho.

Wathi useke wabuphuza ngaphambilini utshwala besintu, umqombothi, kodwa kungenzeki lutho, wathi futhi wona awudakani kakhulu njengogologo.

Ngaphambilini wakhala ngokuthi ukuboshwa kwakhe kuyingxenye yetulo akhelwa lona.

Odabeni oluhlukile ngonyaka ka-2007, uYengeni watholakala engenacala lokushayela ephuzile ngemuva kokuboshwa eGoodwood, eKapa. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.