Silokhu sinyuke njalo esabashona beyosoka

2016-07-08 20:32

Johannesburg – Sesikhuphuke safinyelela ku-22 isibalo sabafana abashone beyosoka kule sizini, kanti iningi labo bashone e-Eastern Cape.

E-Eastern Cape kushone amabhungu angu-16 ezikoleni zokusoka, kanti iningi lazo zisebenza ngokungekho emthethweni.

UMnyango wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu uthi la bafana babulawa ukungawatholi amanzi enele adingeka egazini kanye nokushaywa.

OLUNYE UDABA: Siyenyuka isibalo sabashona beyosoka - Umbiko

Okhulumela uMnyango uLegadima Leso uthi abazali kumele baqikelele ekutheni izingane zabo ziya ezikoleni ezisemthethweni uma ziyosoka.

“Siyaqhubeka nokunxusa abantu bakuleli ukuba baqinisekise ukuthi izikole zokusoka abahambisa kuzo izingane zabo zisemthethweni futhi zihambisana nomthetho.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.