Simisiwe isisebenzi sasenkulisa esinukwa ecaleni lokudlwengulwa kwengane

2018-04-30 18:00

eKapa - UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi eWestern Cape uthi isisebenzi sasenkulisa esibandakanyeka ecaleni lokudlwengulwa kwengane simisiwe emsebenzini.

Kuthiwa leli cala likhishiwe ohlwini lwamacala azoqulwa enkantolo ngoba le ngane isencane ukuthi inganikezela ngobufakazi.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe indoda, 33, ngokudlwengula ingane, 4, eGoli

Abe-National Prosecuting Authority bakunisisekisile lokhu kodwa bathi isizathu wukuthi uphenyo belungakagoqwa.

Okhulumela uMnyango uSihle Ngobese uthe: "Uthe okwamanje sisalucubungula kahle lolu daba.

"Lokhu kungukwephula umthetho, kanti sisalinde amaphoyisa ukuba agoqe uphenyo ngakhoke kumele siwalinde asinike wonke amaqiniso adingekayo."


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.