Sinqobe indawo ebalulekile isihlobo semeya ephumayo eDBN

2016-08-05 16:01

Durban – Isihlobo semeya yeTheku uJames Nxumalo sinqobe iwadi ebalulekile KwaZulu-Natal, njengoba besingenele ukhetho sizimele.

UMalombo Nxumalo, oyisihlobo semeya ephumayo, unqobe u-ward 4 eNtshanga okhethweni lohulumeni bezindawo lwangoLwesithathu.

Indawo yaseNtshanga ibenezihibe njengoba i-ANC neSACP kule ndawo bengahoshelani kahle imimoya.

Funda nalolu daba: Izakhamuzi zisola uhulumeni ngomndeni oshe nomjondolo

NgoFebhuwari, uBongani Hlatshwayo, 38, noPhillip Dlamini, 68, babulawa ngesikhathi kunomhlangano womphakathi.

Lesi sigameko saqala ukungenzwani kakhulu phakathi kwalamaqembu.

UNxumalo, ekhuluma neNews24, uthe uzizwa ejabulile kakhulu ngokunqoba ngoba kufezeke intando yabantu.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.