Siphumelele isicelo sika-Atul Gupta enkantolo

2018-03-09 16:01

Bloemfontein – Sibeyimpumelelo isicelo sika-Atul Gupta sokuba kudedelwe u-R10-million kwi-akhawunti yakhe yasebhange, njengoba abengavumelekile ukuyisebenzisa.

UMehluleli Fouche Jordaan uthe imali ekuma-akhawunti abakwaGupta kumele bavunyelwe ukuyisebenzisa.

Lo mndeni wakwaGupta usolwa ngokudla imali engaphezu kuka-R200-million eyayibekelwe i-Estina Dairy Project.

OLUNYE UDABA: Owesifazane ecaleni lokudlwengula eKZN

I-NPA itshele inkantolo ukuthi uGupta wathola ingxenye yemali engu-R10-million.

Ithi imali wayithola ngendlela engaqondakali, ngosizo lwe-Bank of Baroda.

Abameli bakwaGupta batshele inkantolo ukuthi akuyona le mali kuphela esebhange lakhe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.