Siqale phansi isiteleka e-DUT, kwaphazamiseka ukufunda

2018-02-17 08:50

Durban - Ikomidi lesigungu esiphezulu enyuvesi iDurban University of Technology ithathe isinqumo ngoLwesihlanu (namhlanje) sokuba kumiswe ukufunda.

Leli komidi lithi kuzoma ukufunda kulandela ukuqala phansi kwesiteleka sabasebenzi esesingene esontweni lesihlanu.

U-Alan Khan, onguMgqondisi omkhulu wezokusebenza kule nyuvesi uthe kubuyekezwe ikhalenda lokufunda lwakulo nyaka kanti izinguquko zizomenyezelwa ngesonto elizayo.

OLUNYE UDABA: Inyuvesi isolwa ngokushaya indiva izinsolo zokudlwengula

"Yize kuhlehlile ukufunda, inyuvesi izoqhubeka nokusebenza. Abafundi abangakabhalisi basengakwazi ukubhalisa.

"Inqubo yokubhalisa yenziwa ngohlelo lwe-internet yenyuvesi (www.dut.ac.za) noma bangazizela ngokwabo abafundi esikhungweni iRiverside eMgungundlovu nakwezinye izikhungo eziseThekwini," kusho uKhan.

Uqhubeke wathi bathanda ukuxolisa kakhulu kubafundi abaphazamisekile wabuye wabonga ukubambisana kwabo nabo bonke ababamba iqhaza ekwesekeni le nyuvesi.

Uthi bazimisele ngokuxazulula izinkinga ababhekene nazo ngokushesha.

INational Education Health and Allied Workers' Union neNational Tertiary Education Union basezingxoxweni ne-DUT mayelana nodaba lwamaholo kanye nezibonelelo zezindlu.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.