Sisabela impilo yaso isangoma esasiza amaphoyisa

2016-08-02 10:01

UJames "Mkhulu" Mthembu uthe impilo ayisekho luka selokhu asiza amaphoyisa ukuba abambe owesimame othumba izingane ezingama-albino, kubika iSowetan.

UMthembu oyisangoma esidumile eManguzi wabopha itulo namaphoyisa ukuze kubanjwe uMpume Eunice Mabika emtshela ukuthi ufuna alamunga omzimba wengane enesiphiwo.

Ngenyanga edlule uMabika wehlela ukuba bahlangane noMthembu ukuze bazoqedela isivumelwano sabo.w

Funda nalolu daba:Bathi abanakiwe abanesiphiwo kuleli

UMthembu uthi akasakutholi ukuphumula kusukela ngaleso sikhathi.

"Ngihlezi ngithola ucingo abantu besabisa ngokungibulala uma ngiqhubeka nokusiza amaphoyisa, laba bantu bathi bazongibulala ngesihluku,"kusho yena.

Uthi ngoLwesihlanu wabona imoto yohlobo lwe-Corolla ilokhu idlula ngakwakhe kanti usola ukuthi abantu abafuna ukumbulala. Okububuhlungu wukuthi nomphakathi awuzimisele ngokumsiza ngoba bathi naye unesandla ekushushumbiseni izingane ezinesiphiwo.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.