Sisale enkundleni isigebengu ebesiqhumisa i-ATM

2017-02-01 14:31

Secunda – Udutshulwe wabulawa owesilisa esigamekweni sokuqhunyiswa kwe-ATM eMbalenhle Mall, eMpumalanga, kubika i-eNCA.

Okhulumela amaphoyisa uBrigadier Leonard Hlathi uthe umsolwa ubeyingxenye yeqoqo lezigebengu ebezidubulana nonogada ngoLwesithathu ekuseni.

“Umsolwa udutshulwe wabulawa khona kule ndawo, abanye abehamba nabo babaleke ngezimoto ezimbili i-Mercedes-Benz kanye ne-Audi.

OLUNYE UDABA:Liphuthunyiswe ngendiza esibhedlela iphoyisa elidutshulwe eThekwini

“Kutholakale isiqhumanekomunye wemishini yemali,” kusho uHlathi.

Abasolwa babaleke bengakayebi imali kanti umsolwa oshonile ubephethe isibhamu sohlobo lwe-R5 imali kanye namakhalekhukhwini.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.