Sisasethubeni lokuthatha eseligi - 'Rama'

2018-02-15 12:34

Johannesburg - URamahlwe Mphahlele kuyamjabulisa ukubuyela enkundleni kulandela ukwelulama kwakhe njengoba ebelimele.

Lo mdlali oneminyaka engu-28 ubudala walimala edolweni ngo-Agasti kwadingeka ukuba ayohlinzwa, kanti uhlale izinyanga ezimbalwa engadlali.

Ngemva kokuhlala ebhentshini emidlalweni embalwa yakamuva, ‘uRama’ unikezwe ithuba lokudlala koweNedbank Cup, wasiza iqembu lakhe lashaya iGolden Arrows ngo-3-0.

Ekhuluma kwi-website yeChiefs ngemuva komdlalo, uthe: “Kube kuhle ukubuya kwami. Bengazi ukuthi ngeke kubelula njengoba uJoseph Molangoane ebedlala kahle.

OLUNYE UDABA: Elidlala ku-NFD lisayinise owaduma kwiPirates

“Ibhola lingifundise okuningi, okubalwa kukhona nokuthi ngihlale ngiphapheme. Bengingazi ukuthi ngizodlala ne-Arrows, kodwa umdlali kufanele ahlale emi ngomumo.”

Manje njengoba kubhekwe emdlalweni wangempelasonto abazowudlala neCape Town City, uMphahlele uyazi ukuthi kuzomele bawine ukuze baqhubeke nokuba sethubeni lokuthatha isicoco seligi.

Uthe kuzoba nzima kodwa kudingeka bawine ukuze baqhubeke nokuba sethubeni lokuwina isicoco seligi.

Umdlali weChiefs neCape Towns City ungo-20:15 ngoMgqibelo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.