Sisenkantolo isikhulu se-IPID ngecala lokushaya indodakazi

2017-10-24 12:30

Pretoria – Inhloko ye-Independent Police Investigative Directorate (IPID), uRobert McBride, ivele kafuphi eNkantolo kaMantshi ePitoli ngezinsolo zokushaya indodakazi yayo ezinyangeni ezimbili ezedlule.

Icala lihlehlisiwe ukuze ezoboniswa idokodo lecala. UMcBide wacela ukuba icala lisheshisw eukuze ezokwazi ukugeza igama lakhe ngokushesha.

UMcBride wathweswa icala lokuhlukumeza ingane nelinye lokushaya ngenhloso yokulimaza.

Icala lihlehliselwe uNovemba 8 nonyaka.

Egcina ukuvela enkantolo, uMcBride wadedelwa ngebheyili ka-R10 000, icala lahlehliswa ukuze uMbuso uphenye kabanzi ngalolu daba.

Imibandela yebheyili kaMcBride ayimvumeli ukuba axhumane nofakazi noma axhumane nabo ngokuthumela omunye umuntu.

OLUNYE UDABA: Umsolwa ugwaze wabulala iphoyisa

Esitatimendeni asikhipha ngemuva kwezinsolo zokushaya, uMcBride wathi icala lavulwa ngowesifazane owayemcele ukuba amcishele amathikithi omgwaqo.

Wathi icala livulwe yilabo abaphenyayo ngenhloso yokungcolisa igama lakhe.

Wathi imiphumela yesikole yendodakazi yakhe yayimkhathaza, futhi yayingasalawuleki, ngakho kwakudingeka ayiqondise izigwegwe, kodwa akayishayanga ayilimaze.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.