Sisenkingeni yamanzi isibhedlela saseButterworth

2017-09-26 14:01

Johannesburg - Awekho amanzi esibhedlela saseButterworth esinezitezi ezintathu njengoba isomiso sesidla lubi ezingxenyweni zesifundazwe, kanti omasipala; owaseMathole nowaseChris Hani bakhiphe izitatimende mayelana nodaba lwamanzi.

Isibhedlela saseButterworth, esisebenza abantu abangu-286 000 siphelelwe ngamanzi ngeSonto, kodwa saqhubeka sasebenza ngamanzi asemathangini.

OLUNYE UDABA: UMasipala weTheku nohlelo lweminyaka engu-10 lokonga amanzi

Onesi abasebenza ezitezi ezimbili eziphezulu bebehla baye kwesisezansi beyolanda amanzi ngezigubhu ezingamalitha angu-25.

Lokhu kuthiwa bebekwenza ngoba bezama ukuthi impilo ibe lula ezigulini ezilele ezitezi eziphezulu, kusho onesi betshela abeDaily Dispatch.

Esitatimendeni sabezindaba kule nyanga, uMasipala waseMnquma uqagule ukuthi amanzi akulo mkhandlu azoba khona izinsuku ezimbalwa ngaphambi kokuba aphele nya.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.