Sishayelwe ihlombe isigwebo sowabanjwa nezidakamizwa e-Airport

2016-08-11 19:00

Johannesburg - Amaphoyisa ophiko loKlebe ashayele izandla isigwebo sendoda yaseTanzania eyabanjwa nezidakamizwa esikhumulweni sezindiza eGoli.

Inkantolo yeMantshi yaseKempton Park igwebe uKarim Mussa Kondo, 27, iminyaka engu-6 ebhadle ejele ngokushushumbisa izidakamizwa nokufumbathisa amaphoyisa.

OLUNYE UDABA: Izidakamizwa zezigidi zamarandi zitholakale esikhumulweni sezindiza

UKondo waboshwa ekuqaleni konyaka ngemuva kokutheleka esikhumulweni sezindiza e-OR Tambo ephuma eDar es Salaam. Isikhwama sakhe saseshwa ngamapghoyisa ophiko loKlebe kwatholakala izidakamizwa ezinesisindo esilinganiselwe kwesingu-40kg sohlobo lwe-ephedrine zemali elinganiselwe kwengu-R2.6million.

Ngemuva kokutholakala nalezi zidakamziwa uKondo wazama ukufumbathisa amaphoyisa ngemali enguR5 000 okwenza ukuba abhekane nelinye icala lokufumbithisa amaphoyisa, kubika iTMG digital.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.