Sishaywe amadodana aso isalukazi efuna imali yelobolo ebisanda kukhokhwa

2016-11-09 18:00

Limpopo - Isalukazi esihlala eMohlaletsi phandle kwaseJane Furse eLimpopo uthe uhlaselwe yizingane zakhe zifuna ilobolo likadadewabo.

Lo gogo uthi izingane zakhe bezisho ukumqumba phansi zithi zifuna lemali ukuze zifake uphethiloli wokubuyela eGoli ngosuku olulandela lolo okwakhokhwa ngalo ilobolo.

Uthi wabanika uR200 ayewuphethe bathi ngeke ilunge bayifuna yonke.

"Ngivele nganqaba, kodwa ngithe sengiphenduka ngibashiya oyedwa wangikhahlela ngawela phansi, ngathi ngisadidwe yilokho lo omunye wangikhama," kusho lo gogo.

OLUNYE UDABA:Uthi ufuna kubuye ilobolo osola unkosikazi umncisha ucansi

Lo gogo uthi ubehlaselwa omunye wamawele akhe kanti umfowabo omdala ugijimele egumbini lakhe lokulala waqhaqha indawo yakhe abeka kuyo imali wayithatha yonke.

Ngokwemibiko yeDaily Sun, lesi salukazi sithe indodakazi yakhe kanye nomfowabo bebebuka bemangele ngalokhu obekwenzeka.

"Lamawele ayithathe yonke imali ahamba nayo." 

Uthe usola sengathi iGoli libashintshile abantwana bakhe njengoba bengasawahloniphi amasiko.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.