Sishiye esingalazi ngoZuma isikhulu esiphezulu se-ANC

2017-06-08 11:00

Johannesburg – Lowo owayenguMgcinimafa Jilekele we-ANC futhi ogaqele isikhundla sokuba ngumengameli olandelayo weqembu, uMathews Phosa, usechaze imibiko eshaqisayo ethinta uMengameli Jacob Zuma kanye nomndeni wakwaGupta “njengobugebengu obubi kunabo bonke” kusukela ngesikhathi sobandlululo, iBusiness Day ibike kanjalo.

Kubikwa ukuthi uPhosa ubethula inkulumo emcimbini weJunior Indaba yezinkampani zezimayini, nalapho kubikwa khona ukuthi uMnyango wezokuMbiwa phansi awuzange uwuhambele yize noma ubumenyiwe.

OLUNYE UDABA: Kujabhe abaningi engaphumeleli uMengameli Zuma kwinkomfa eseThekwini

Ngokombiko weThe Huffington Post SA, uPhosa unxuse amaLungu ePhalamende e-ANC ukuthi avotele ukweseka isiphakamiso sokungamethembi uMengemeli Zuma ePhalamende waphinde wathi iKhabhinethi yonke kumele iphendule ngalokho okwenzekile.

“Othi ngisho ngokusobala ukuthi ngemuva kwengcindezelo, ngithatha imibiko eshaqisayo ngoZuma namaGupta njengobugebengu obubi kakhulu osebake benzeka bubhekene nabantu baseNingizimu Afrika. Into esesiyibonile ngaphansi kwalobu bumengameli ukutatshwa okusheshayo komnotho.,” uPhosa ucashunwe kanjalo yiBusiness Day.

Uqhube wathi ubuholi obuphethe ngaphansi kukaZuma kade kwazishiya izifungo zokufukula abantu abahlwempu kuleli. “Angishiyi ngaphandle nelungu elilodwa, ungqongqoshe noma isekela likangqongqoshe.”

Uphinde wagxeka izikhulu eziphezulu ze-ANC ezeseka uZuma ngokuba amagwala “ngokuma odakeni naye”.                   

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.