Sishiye kukhalwa isiphepho KwaZulu-Natal

2017-09-17 11:02

Durban - Umoya ovunguza ngamandla obuhambisana nemvula udale umonakalo ezingxenyeni eziningi zeKwaZulu-Natal ngoMgqibelo, kwadilika izakhiwo.

Lokhu kuholele ekutheni uMasipala weTheku umemezele ukuthi ithimba lezinhlekelele lizotshala amathimba ehlukene ezindaweni lapho kukhona abantu abathintekile.

Kulesi siphepho kuwe uphahla lwezakhiwo, kwadilika imizi kwaphinde kwasiphuka izihlahla.

Abantu bababele ezinkundleni zokuxhumana bekhala ngalesi siphepho baphinde baveza nomonakalo osidalile ngasemakubo.

Izakhamuzi ziyalelwe ukuba zihlale ezindlini size sidlule lesi simo.

Buka izithombe ngezansi:

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.