Sishonile esangoma esiminze emfuleni ebusuku

2017-12-18 15:59

eFree State - Amaphoyisa axwayisa umphakathi ngokwenza izinto zawo zesintu emfuleni uma ungakwazi ukubhukuda.

Lokhu kulandela isigameko sokuminza kwamadoda amabili, okubalwa kuwo nesangoma ngesikhathi beqhuba umsebenzi ngoLwesihlanu ebusuku eFree State.

Abeyisikhombisa amadoda abesendaweni yesigameko emfuleni iSand River, eVirginia, ntambama ngabo-18:00.

Ngokusho kwamaphoyisa aseThabang, amadoda amathathu aqale ukuminza esanda kungena nje emanzini.

OLUNYE UDABA:BUKA: Kube muncu isangoma silala nentombi ecushiwe

Oyedwa wala madoda utakuliwe kwasala oyedwa oneminyaka engu-18 ubudala kanye nesangoma base beyaminza.

Abophiko lwabatshuzi emaphoyiseni bafike ngoMgqibelo ekuseni bazama ukuthungatha izidumbu zabaminzile kulo mfula.

Kwesinye isigameko, uyaqhubeka umsebenzi wokuthungatha abantu ababili abaminze bebhukuda ngale mpelasonto eThekwini.

UCraig Lambinon, okhulumela abeNational Sea Rescue Institute uthe bathole umbiko ngowesilisa oneminyaka engu-23 ubudala ongumtshuzi onyamalale emanzini ngeSonto, ePort of Durban.



Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.