Sishonile isalukazi esihlaselwe yizinja eThekwini

2018-05-02 18:00

Durban - Sishonile isalukazi saKwaZulu-Natal esihlaselwe yizinja ezimbili okuzwakale ukuthi besizazi, kusho abosizo lokuqala ngoLwesithathu.

UKyle van Reenen weCrisis Medical uthe baphuthume endaweni yeigameko ngezithuba zabo-12:00 eHeather Groves, eGreenwood Park, eThekwini.

"Imibiko evela endaweni yesigameko iveza ukuthi lesi salukazi, 57, sihlaselwe yizinja zohlobo lwama-pit bull sathola amanxeba amabi aholele ekutheni sishone.

OLUNYE UDABA:Isihluku ubaba nendodana beshisa izinja zakamakhelwane

"Ngeshwa, akukho obesekungenziwa ukusihlenga sahlonzwa ngabosizo lokuqala njengomuntu oshonile."

UVan Reenen uthe amaphoyisa abesendaweni yesigameko ephenya.

"Kukholakala ukuthi lo wesifazane uyilungu lomndeni womnikazi wendawo futhi ubezazi izinja. Yize kunjalo, lokhu bekungakaqinisekiswa okwamanje."

Amaphoyisa aKwaZulu-Natal aqinisekise isigameko, kodwa athi asematasa nophenyo.

Kwesinye isigameko, owesilisa, 27, ubulawe yizinja ezimbili zalolu hlobo e-Algoa Park, ePort Elizabeth.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Sandra Janse van Rensburg uthe uRuan Redgard, 27, uhlaselwe yilezi zinja ehamba kuMagnolia Street ngoMsombuluko ebusuku. 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.