Sishonile isalukazi,99, esishayiswe sahudulwa yiloli

2017-08-26 10:00

Durban – Isalukazi esineminyaka engu-99 ubudala sishonile ngemuva kokulinyazwa yiloli eShakaskraal ngaKwaDukuza, enyakatho yeTheku ngoLwesihlanu, kusho abosizo lokuqala.

Ngokusho kokhulumela i-IPSS, uDylan Meyrick, owesifazane kanye nengane eneminyaka emithathu ubudala bashayiswe yiloli.

OLUNYE UDABA: Kutholakale izidumbu zezingane zilahliwe

"Owesifazane ungene ngaphansi kwalo, lamhudula, walimala kanzima. Nakuba kuzanyiwe ukusindisa impilo yakhe kodwa ugcine eshonele khona endaweni yesigameko.”

UMeyrick uthe abosizo lokuqala baqhubekile nokuzama ukuhlenga impilo yengane kodwa nayo ibisesimeni esibucsayi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.