Sishonile isiboshwa okusolakala ukuthi sishaywe ojele eQalakabusha

2017-10-30 16:01

eMpangeni - Sekuvele izinsolo ezingezinhle zokubulala ezikhomba ojele baseQalakabusha esifundazweni iKwaZulu-Natal.

Ngokubika kwephephandaba lomphakathi iZululand Observer imibiko ikhomba ukuthi ojele beseSection 16 kuleli jele bashaye babulala isiboshwa ogama laso ngu-Ayanda Nasanda.

Kuthiwa uNasanda ushone ngenxa yokulimala kabi ngemuva kokuba eshaywe ngojele abayisikhombisa.

Kuthiwa isidumbu sakhe size sakhishwa ngemuva kwamahora angu-24 kwenzeke lesi sigameko.

OLUNYE UDABA:Liboshiwe iPhini leMeya elizimeteze phambi kowesimame ocele i-lift - KZN

Umsolwa ohamba phambili kulesi sigameko wumphathi waleli gatsha lejele okushonele khona lesi siboshwa kanti kuthiwa akasabonwa nangokhalo njengoba ojele abebesebenza ngalolo suku sebemisiwe emsebenzini.

Igama lalo mphathi liyaziwa kanti kuvela nokuthi ubhekene nezinye izinsolo zokulalisa esinye isiboshwa esibhedlela ekuqaleni kwale nyanga.

UGeorge Masango, okuyisiboshwa esashaywa salaliswa esibhedlela saseNgwelezane ngoba esolwa ngokuthi udayisa insangu ejele, walimala kabi ngemuva kwalesi sehlakalo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.