Sishonile isitshudeni esisacazeke phansi sisuka esitezi esiphezulu eGoli

2017-10-15 12:32

Johannesburg - Amaphoyisa aqinisekise ukushona kwesitshudeni esishone ngemuva kokugxuma sisuka phezulu ebhilidini eluseBraamfontein, esigamekweni okusolwa kuso ukuthi sizibulele.

Kukholakala ukuthi lo wesifazane, 19, igxume isuka esitezi sesithupha ebhilidini okuhlala kulo izitshudeni, ngoMgqibelo ebusuku.

OLUNYE UDABA:Lisesimeni esibucayi ibhungu eliwe lisuka esitezi esiphezulu

Amaphoyisa aphenya imbangela yesehlakalo.

Okhulumela amaphoyisa uKay Makhubele uthe: "Lo wesifazane ushone ujuqu kanti imbangela yesigameko ayikaziwa okwamanje.

"Kuvulwe idokodo ukuze kuzoqhutshekwa nophenyo."

- EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.