Sithi sebelwa i-laptop ka-R12 000 isihlabani seHip Hop

2017-03-07 16:02

Johannesburg - Isihlabani somculo we-Hip hop nomethuli wezinhlelo kumabonakude uSlikour ubethukuthele ethelwa ngamanzi ngemuva kokugqekezelwa unyanyavu lwemoto yakhe yohlobo lweMercedes Benz ngesikhathi ehambele umcimbi esikoleni sendodana yakhe eSandton, enyakatho yeGoli.

Le nkakha yomrepha ogama layo lokuzalwa nguSiyabonga Metane, itshele amaphoyisa ukuthi izigebengu zagqekeze imoto yayo ngoDisemba ngonyaka ophelile.

OLUNYE UDABA: Ngangingafuni ukumthengela i-laptop - IBlesser

UMetane esitatimendeni samaphoyisa uthe zonke izicabha zakhe namawindi emoto zazivaliwe ngesikhathi eyishiya endawene yokupaka izimoto.

"UMetane uthi washiya i-laptop yakhe yakwa-Apple emotweni yakhe wabuya isiyebiwe. I-laptop yakhe ngeyemali elinganiselwa ku-R12 000," kusho isitatimende.

UMetane owayeyilungu leSkwatta Kamp uqinisekise isigameko kwabephephandaba iSunday World.

 - Sunday World

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.