Sitholakale sesiqala ukonakala isidumbu sentombazane, 6, eMangaung

2017-10-18 18:01

Mangaung - Isidumbu sentombazane eneminyaka eyisithupha itholakale endaweni okulahlwa kuyo imfucuza eMangaung, eFree State.

Okhulumela amaphoyisa kulesi sifundazwe uColonel Thandi Mbambo uthe le ngane enguSandiswe Sintwa, yalahleka ngoMgqibelo ngomhlaka-14 Okthoba.

“Kukholakala ukuthi wayengwa ngowesilisa obephethe umdlwane ngesikhathi esadlala nomngani wakhe eduze kwekhaya lakubo endaweni yaseChris Hani, eMangaung,” kusho uMbambo.

OLUNYE UDABA:Isidumbu sendoda ebidukile sitholakale esiswini senhlwathi

Isidumbu sale ngane sitholakale sesiqala ukubola ngaphansi kwesihlahla endaweni yemfucuza.

Abengekho amanxeba okulimala kodwa isidumbu sakhe sizohlolwa ukuze kubonakale uma enukubezwe ngokocansi.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.