Sitholakale sesonakele isidumbu sowanyamalala esibhedlela

2016-08-01 12:30

Johannesburg - Sitholakale sesonakele isidumbu sowesilisa waKwaNkunzikayihlehli eNkandla, obesekuphele izinyanga ezimbili edukile esibhedlela, kubika iphephandaba ILANGA.

Isidumbu sikaSihle Dludla,28, kuthiwa sitholwe ehlathini sesonakele ngemuva kokunyamalala kwakhe kade engeniswe esibhedlela ekhala ngekhanda elalimphethe.

Funda nalolu daba: Ulahlwe yicala owabulala umngani kubangwa isinkwa

Kuthiwa lo mlisa wayeseqale nokuphanjanelwa yingqondo.

Kuthiwa abasesibhedlela bathi abambonanga umufi ephuma esibhedlela.Kubikwa ukuthi isidumbu sakhe sitholakale ngoLwesine olwedlule, sitholwa ngumuntu obezibhekela izimbuzi zakhe ehlathini.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.