Sitholakale sivutha isithuthuthu esishayisane neloli ku-N2

2017-01-31 14:30

Durban – Ushonile umshayeli wesithuthuthu esigqamuke iamalangani ngemuva kokushayisana neloli emgwaqeni omkhulu u-N2.

Abezimo eziphuthumayo bachaze lesi sehlakalo njengesibi kakhulu abake babizelwa kusona esibandakanya isithuthuthu.

Isithuthuthu sishayisane neloli ku-N2 ngasesikhumulweni sezindiza eThekwini, ngoLwesibili ekuseni.

OLUNYE UDABA:Kushone ababili kuginqika isithuthuthu ngasePeacevale

Bekhuluma nabeNewswatch kusukela endaweni yesigameko, abe-Netcare911 bathi  bafike isithuthuthu sivithike saphela.

“Lesi sithuthuthu sitholakale sivutha kanti iloli beliphelile ngemuva. Abezicishamlilo bebekhona ukuzolekelela kule ndawo,”kusho uChris Botha we-Netcare911.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.