Sitholakele isidumbu sowesifazane obefunwa

2018-04-02 12:09

Durban – Ekuseni ngeSonto amaphoyisa athole imoto yamaphoyisa icwile emanzini enyakatho yesifundazwe iKwaZulu-Natal kukhona phakathi nesidumbu sikaShumane Juggan.

Lokhu kudalulwe amaphoyisa ekhasini lika-Facebook.

Iphoyisa laseDundee uWarrant Officer Arnesh “Jakes” Juggan, 56, umkakhe, uShumane, 55, kanye nomngani wabo, u-Ashoak Rajoo, 53 babegcine ukubonakala behamba ngemoto yamaphoyisa.

OLUNYE UDABA: Nakhu okubulala kakhulu abantu kuleli

Iveni yamaphoyisa kusolwa ukuthi yaguguleka izama ukuwela ibhulohwe elincane lamanzi ku-R33 phakathi kwaseDundee naseVryheid.

Ngokusho kombhalo oku-Facebbok uLieutenant Colonel Ferreira wase-LCRC Vryheid ubehlola ibhuluhwe iLandmansdrift ngasesihlabathini ngesikhathi ebona imoto ivele ngokhakhayi.

Kuthiwa ube esebiza ozakwabo abathunyelwe endaweni yesigameko ngokushesha.

Kuvulwe idokodo ukuze kuphenywe.

 - Daily News

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.