Sitholakele isidumbu sowesilisa owaminza ebhishi

2017-02-03 13:01

Durban - Abatshuzi bebesebenzisana nama-lifeguard asebhishi ukuthungatha isidumbu sowesilisa owaminza ngoLwesibili.

Lo wesilisa wayenabangani bakhe ngoLwesibili ebusuku ngesikhathi eminza.

Ngokwemibiko ye-TimesLive, babebhukuda kumnandi la bangane ngesikhathi lo mlisa, 23, egxuma kusukela ku-pier eyongena emanzini.

OLUNYE UDABA:Kutholakale isidumbu sesalukazi sigwaziwe emzini waso

Kuthiwa lo mlisa wambozwa yigagasi wangebe esabonakala.

Abatshuzi bafike kule ndawo ngase-Bike and Bean café bethungatha isidumbu, esigcine ngokutholakala ngoLwesihlanu.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.