Sithole usizo ngezinkawu ezihluphayo isibhedlela esiseThekwini

2018-03-20 11:00

Durban - Ngesonto eledlule kusabalale imibiko ethi izinkawu zibahlalise lubhojozi esibhedlela iRK Khan eChatsworth, eThekwini.

Lezi zinkawu kuthiwa zihlupha izivakashi, iziguli nabahlengikazi njengoba zeba ukudla kwabo.

Ithimba lesibhedlela, okubalwa kulo isikhulu sesibhedlela uDkt Prakash Subban, babambe umhlangano noSteve Smit ongomunye wabasunguli beMonkey Helpline, okuyinhlangano ezimele esiza ngokufundisa abantu ngezinkawu.

OLUNYE UDABA: Izinkawu zeba ukudla esibhedlela eThekwini

USmit uthe umhlangani wahamba kahle futhi nabesibhedlela bamamukela kahle babonga nangezeluleko.

USmit wabanikeza izindlela zokwehlisa izinkawu esibhedlela wabacobelela nangolwazi lwakhe lwezinkawu.

"Izinkawu azisesiyo ingozi. Ziwuhluphe nje kuphela futhi ngibatshengise izindlela zokuthi izinkawu ziyeke ukuhlupha iziguli emawodini."

UNana Mkhize, wezokuphepha esibhedlela, uthe umhlangano wabamuhle futhi wabafundisa lukhulu. 



 - Daily News

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.