Sitholwe nawokudutshulwa isidumbu sikamama nengane eClermont

2017-05-30 07:04

Durban - Kudideke iningi ngokutholakala kwezidumbu ezimbili esowesifazane nesengane, ezitholwe zidindilize ekhaya lazo elisendaweni yaKwaDabeka eClermont namuhla (ngoMsombuluko) ekuseni.

Ngokombiko we-KZN Eyethu kusolwa ukuthi izisulu, esineminyaka engu-40 nesineminyaka engu-13 ubudala zidutshulwe zabulawa ngeSonto ebusuku. 

ULieutenant-Colonel Thulani Zwane okunguye okhulumela amaphoyisa uqinisekise isigameko.

OLUNYE UDABA: Kubulawe owesifazane , 29, eMpumalanga

"Bekungakaboshwa muntu kodwa maphoyisa ayaphenya.

"Ngezithuba zabo-08:00 ekuseni ngoMsombuluko amaphoyisa athole isidumbu sowesifazane nesengane zinamanxeba okudtshulwa, kusolwa ukuthi lesi sigameko senzeke phakathi nobusuku.

"Amaphoyisa aphenya amacala amabili okubulala."

UZwane uphinde wathi akukho noyedwa umuntu ozwe kuqhuma isibhamu.

 Imbangela yokubulawa kwalezi zisulu ayaziwa.

Onolowazi ngesigameko uyacelwa ukuba abikele amapghoyisa kuCrime Stop ku-08600 10111”

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter        





NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Senior Web Developer

Cape Town
Mass Staffing Projects
R30 000.00 - R55 000.00 Per Month

SENIOR MICROBIOLOGIST

Cape Town
Professional Career Services
R215 999.00 - R216 000.00 Per Year

Collections Team Leader

Western Cape
Ultimate Search
R18 000.00 - R20 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.