'Siyabonga Nxamalala, Msholozi'

2018-02-15 14:01

Johannesburg - I-ANC Women's League (ANCWL) ikwakumele ukwesula kukalowo obengumengameli uJacob Zuma yanxusa ukuthi abanye abaholi basike iphethini ekuzibophezeleni ngokungenamkhawulo ekusebenzeleni umzabalazo.

UNobhala Jikelele walolu phiko, uMeokgo Matuba, uthe kuningi okusamele kwenziwe ekutheni kulethwe uguquko kwezomnotho wakuleli.

"Yize sivuma ukuthi kusekuningi okumele kwenziwe, ubuholi be-ANCWL buyawuncoma kakhulu umsebenzi owenziwe nguhulumeni we-ANC ngaphansi kwesandla sikamengameli Zuma," kusho uMatuba esitatimendeni.

"Sinxusa uhulumeni ka-ANC ukuba uqhubeke nomsebenzi wokusebenzela abampofu kanye nabasebenzi. Yi-ANC kuphela eyithemba labantu abaningi kuleli lizwe."

OLUNYE UDABA: Wehlile esikhundleni uMengameli Zuma

UMatuba uthe le nhlangano kumele iqhubeke nokuzama ukuguqula izimpilo zabantu kwezenhlalakahle nakwezomnotho kuqedwe nya ngamagalelo aba yizinsalela zombuso wabamhlophe.

"I-ANCWL ayinanazi ekutheni i-NEC ye-ANC kumele yenze izinguquko mayelana nezinhlelo, izikhungo kanye nezindlela zokulawulwa komnotho wakuleli ukuze kuvune bonke abantu bakuleli, ikakhulukazi labo abadla imbuya ngothi - iningi labo okungabantu besifazane abamnyama."

I-ANCWL iphinde yancoma uZuma ngomsebenzi awenzele inhlangano kanjalo nezwe.

"Siyabonga Nxamalala, Msholozi," kuphetha isitatimende.

VIDEO:

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.