Siyanda isibalo sezidumbu ezitholakale emayini yaseWelkom

2017-05-20 10:02

Welkom - Iziphathimandla zomthetho zithole ezinye izidumbu emgodini wemayini yakwaHarmony Gold e-Eland, eWelkom.

Ngokusho kuka-Major-General Lerato Molale uthe ngoLwesihlanu isibalo sezidumbu zabavukuzi sinyuke sahlala ku-31.

"Njengoba bengishilo phambilini, ulwazi siluthola kuwo amazamazama okuyiwona asemgodini," kusho uMolale.

Uqhubeke wathi bangu-16 abavukuzi abangamazamazama abazinikele emaphoyiseni.

Isisibalo sabavukuzi ababoshiwe sesingu-27.

OLUNYE UDABA:Abavukuzi baphoqwa ukuba bathwale izidumbu zozakwabo bayozilahla

NgoLwesine, kutholakale izidumbu ezine zabavukuzi.

Kuthiwa laba bavukuzi bangena kule mayini ngephambi kokuba kuqhume ihasi ngoLwesine olwedlule ngomhlaka 11 kuMeyi.

NgoMsombuluko kwatholakala izidumbu ezingu-11, ngoLwesine kwatholakala 13 kanti ngoLwesithathu kwatolakala esisodwa.

Izidumbu besezibolile kodwa amagama esalenga kuzona.

Laba bavukuzi abaseminyakeni ephakathi kuka-30 kuya ku-35 badabuka kwelaseZimbabwe, eMozambique kanye naseLesotho.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.