IZITHOMBE: Uyaqhubeka umbhikisho womphakathi eMlazi esigcemeni sakwa-V

2018-03-06 07:33

eThekwini - Kuxwayiswa abashayeli ukuba bagweme ukuhamba ngasesiGcemeni sakwa-V eMlazi njengoba umphakathi ubhikisha.

Lo mbikusho womphakathi kuthiwa uqala ngasenxanxatheleni yezitolo iMega City kuya esibhedlela iPrince Mshiyeni.

Kuxwayiswa abashayeli bezimoto ukuba bagweme ukuhamba ngakule ndawo ukuze baqinisekise ukuthi bayaphepha.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe kwabulwa owesilisa eBraamfontein

Lo mbhikisho ulandela owangesonto eledlule lapho bekubhikisha khona abafundi benyuvesi iMangosuthu.

Kulesiya siteleka abafundi bavala umgwaqo omkhulu uMangosuthi Highway ngamatshe, amabhodlela kanye namasondo ashisiwe.

Image may contain: outdoor

Image may contain: sky and outdoor

Image may contain: outdoor

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.