Siyiqala ngehlaya inyanga yezothando eThekwini

2017-02-09 12:32

Durban - Kuthiwa asethengwe wonke amathikithi umcimbi oyintandokazi lapho kuhlanganyela ndawonye osomahlaya abayizintandokazi.

I-Kings and Queens of Comedy umcimbi owasungulwa ngonyaka ka-2012 lapho idolobha iTheku livakashelwa osomahlaya abahamba phambili ezweni lonke.

Kulo nyaka kuboshelwe ngezintandokazi ezifana noMarc Lottering, Tumi Morake, Loyiso Gola, Celeste Ntuli, Leeanda Reddy, Krijay Govender, Schalk Bezuidenhout, Joey Rasdien, Tol Ass Mo, Khanyisa Bunu noRory Petzer. 

OLUNYE UDABA:Osomahlaya bazotheleka eThekwini

Abahleli balo mcimbi bathi bayakuthakasela ukusiza osomahlaya bakuleli bathuthukise amakhono abo futhi bazibonakalise nakulabandeli babo.

“Sesiwubheke ngabomvu umhlaka 11 Febhruwari njengoba esedayiswe wonke amathikithi. Lo mcimbi uzobanjelwa eDurban International Convention Centre ngo-20:00.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.