Sizinzile isimo emijondolo yaseMidvaal ngemuva kwemibhikisho

2016-07-22 11:37

Johannebsurg - Sizinzile isimo emijondolo yaseSicelo eMidvall, eningizimu yeGoli, okuyindawo engaphandi kukamasipala weDA, kulandela izinsuku ezimbili zombhikisho.

Izakhamizi zishise udoti namabhakede ezindlu zangasese, zavala umgwaqo u-R59‚ kwangahambeka phakathi komgwaqo ongenela eMeyerton naseJohan le Roux.

Lezi zakhamizi zifuna izindlu, amanzi nogesi, kanti zithi zifuna imeya uBongani Baloyi ikhulume nazo.

Funda nalolu daba: Akanyakazisanga ngisho uzwane kudlula ibhubesi phambi kwakhe

U-R59 ubuvuliwe ekuseni ngoLwesihlanu.

Okhulumela amaphoyisa uTsekiso Mofokeng uthi bajube amaphoyisa endaweni yesehlakalo ukuba aqaphe isimo, kubika iSABC.

“Isimo sizinsile okwamanje, kodwa sizoqhubeka nokubasendaweni kuzekube isimo sibuyela kwesejwayelekile,” usho kanje.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.