Sizinzile, kepha sishubile isimo eZimbabwe - Umbiko

2017-11-16 12:30

Harare - Abantu baseZimbabwe baqala olunye usuku bengazi ukuthi iyozala nkomoni njengoba kuqhubeka izingxoxo zokuzama ukuxazulula izinxushunxushu zezombusazwe nokubukeka kungukuphela kombuso kaMengameli Robert Mugabe.

UMugabe uqashwe ngeso lokhozi amasosha kanti kuze kube yimanje akabonwa lowo owaxoshwa njengeSekela likaMengameli u-Emmerson Mnangagwa, owabaleka kuleliya lizwe ngesonto eledlule.

Kumanje amasosha ankanise emigwaqeni yasenhlokodolobha iHarare, njengoba isimo sishubile kuleliya lizwe kulandela izigameko zakamuva ezishiye umhlaba ungakholwa okwenzekayo eZimbabwe.

Izikhulu ze-SADC zinomhlangano wokuzama ukuxazulula lesi simo kanti izinhlangano zomphakathi namabandla eZimbabwe asecele ukuba kube nozinzo.

Isitatimende esikhishwe ngokuhlanganyela yizinhlangano zomphakathi ezingaphezu kuka-100, kunxuswa uMugabe, ongumholi omdala kunabo bonke emhlabeni, ukuba ashenxe esikhundleni ngokuthula kwaphinde kwacelwa nombutho wezempi ukuba ugcine uzinzo uqikelele ekutheni uhlonipha uMthethosisekelo.

Izinyunyana zabasebenzi ezweni sezinxenxe abasebenzi ukuba baqhubeke nokusebenza njengenjwayelo.

TWITTER:


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.