Sizokhishwa kuleli sonto isinqumo ngevoti eliyimfihlo ePhalamende

2017-06-20 14:01

Johannesburg – INkantolo yoMthethosisekelo ngoLwesine izokhipha isiqumo mayelana nesicelo se-UDM sokuba kuphoqwe uSomlomo wePhalamende uBaleka Mbete avume ukuba kuvotwe ngokuyimfihlo esiphakamisweni sokungethenjwa kobuholi bukaMengameli Jacob Zuma. 

Ngemuva kwesinqumo sikaZuma sokwenza izinguquko kwiKhabhinethi lakhe ngoMashi, amaqembu aphikisayo afaka isiphakamiso sokungethenjwa kobuholi bukaZuma, acela nokuba kuvotwe ngokuyimfihlo.

OLUNYE UDABA: Uhulumeni akayeke ukusebenzisana no-Absa - ANCWL

Isiphakamiso sasihlelelwe u-Ephreli 18. Kodwa amaqembu aphikisayo acela ukuba sihlehliswe ngenxa yokuthi bekusalindwe isinqumo senkantolo ngokuvota okuyimfihlo.

Amaqembu aphikisayo anethemba lokuthi ukuvota okuyimfihlo kuzokhuthaza amalungu e-ANC ePhalamende ukuba avotele ukukhipha uZuma esikhundleni.

Umholi we-UDM uBantu Holomisa uthi amalungu e-ANC ePhalamende angase alahlekelwe yizihlalo zawo noma ahlaselwe uma evumelana namaqembu aphikisayo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.