"Sizokungcwaba uphila," abazali batshela uthishanhloko

2016-07-18 16:04

Durban - Ithimba elibhekelele ukwengamelwa kwesikole eMlazi alijabulile ngokuqashwa kukathishanhloko wesimame, kubika iDaily News.

Leli thimba liyalelelwe inkantolo ukuba lihoxe ekuvaleni indlela engenela esikoleni.

lokhu kulandela isehlakalo lapho abazali beholwa usihlalo webhodi elibhekelele ukwengamelwa kwesikole bavale indlela engenela eMbalasi Primary School.

Laba bazali bebeshisa amasondo ezimoto, bevale amasango esikole futhi bephethe nebhokisi lomgcwabo besabisa ngokuthi bazomngcwaba lo thishanhloko omusha.

OLUNYE UDABA:Lihlehlisiwe udaba lwabafundi 'abashaya' uthishanhloko

Kuze kwadingakala ukuthi umnyango wezemfundo ufake isicelo esiphuthu,ayo enkantolo enkulu yaseThekwini enqabela usihlalo waleli bhodi uSifiso Nzuza, isekela lakhe uSithembiso Mkhize kanye nomngcini mafa uSibusiso Mkhize ukuba bayeke ukuvimba indlela, ukusabisa iziphathimandla zesikole kanye nothisha nokusabisa uthishanhloko omusha uJabulile Mngoma.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.