Sizolalelwa kule nyanga isigwebo sababulala owesifazane eKapa

2017-12-01 14:00

Cape Town  - Abazala ababili abasolwa ngokubulala uSinoxolo Mafevuka waseKhayelitsha bazokwazi ngesinqumo sesigwebo sabo maphakathi nenyanga.

Abezindaba iNews24 ngoLwesihlanu babike ukuthi isinqumo ecaleni elibhekene noXolisa no-Athabile Mafilika bekulindeleke ukuba silalelwe ngomhlaka-1 Disemba, eqinisweni silindeleje ngomhlaka-18 Disemba, kucacise uMbuso.

Siyaxolisa ngephutha.

OLUNYE UDABA:Sichithiwe isicelo sabasolwa ebebefuna kuhoxiswe amacala

UMafevuka watholwa eshonile ethoyilethi e-SST 2 Block, eTown Two, ngomhlaka-2 Mashi 2016. Ukuhlolwa kwesidumbu kwaqinisekisa ukuthi waklinywa.

Isidumbu sikaMafevuka, 19, satholwa sinqunu ethoyilethi, impahla yakhe yokugqoka igxishwe phakathi ethoyilethi kanti kukholakala ukuthi amanzi ayevuza kuleli thoyilethi yiwo acisha ubufakazi bolubofuzo (DNA).

Amaphoyisa akholelwa ekutheni abasolwa bobabili babecasukile ngemuva kokubona uMafevuka ahamba nenye indoda ethaveni.

Lokhu kuthiwa kwenzeka ngesikhathi umzala wabasolwa ehlela ukushada umufi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/World
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.