Sizoqanjwa ngoJoe Mafela okuqoshelwa kuso iGenerations

2017-03-23 18:01

Johannesburg - Umsunguli womdlalo owuchungechunge kumabonakude iGenerations: The Legacy, uMfundi Vundla, uthe i-studio okuqoshelwa kuso lo mdlalo wodumo sizoqanjwa ngokuthi yiJoe Mafela Studio.

Njengamanje lesi studio sibizwa ngokuthi yi-Studio 5 kodwa uVundla uthe uMafela wabalethela inqwaba yababukeli kwa-SABC ngakho ukuba khona kwakhe kufanelekile ukuthi siqanjwe ngaye.

OLUNYE UDABA: Ihlelelwe uLwesine eyesikhumbuzo sika'Sdumo'

"I-SABC ayilutho ngaphandle kwabantu nomsebenzi wabo wokubalethela ababukeli, uJoe wasilethela ababukeli. UJoe ubengumngani wami. ngilahlekelwe wumngani," kusho uVundla.

"Ngesikhathi ngifika eNingizimu Afrka ngibuya ekubhaceni eMelika, uJoe owangivulela izandla," kusho uVundla.

Ubekhuluma enkonzweni yesikhumbuzo sikaJoe Mafela ebiseJoburg Theatre. Le nkonzo ibihanjelwe yibo bonke abalingisi ababelingisa nalesi sihlabani.

Lo mlingisi udlule emhlabeni ngoMgqibelo ngemuva kokubandakanyeka engozini yemoto eGoli.

 - Sowetan Live

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.