Sizoziphatha kahle enkonzweni yokukhumbula uKathrada - ANCYL KZN

2017-04-08 14:02

Durban – I-ANC Youth League ithi amalungu ayo azimisele ngokuhambela inkonzo yesikhumbuzo yeqhawe lomzabalazo, u-Ahmed Kathrada, eThekwini ngeSonto, futhi ithembisa ukuthi azoziphatha kahle.

Abagqugquzeli bale nkonzo, iThe Active Citizens Group, bababele eNkantolo eNkulu yaseThekwini befuna kuvinjwe i-ANCYL ukuba iyihambele, ngoba ithi isabela ukuphepha kwesikhulumi esiqavile, lowo osanda kuxoshwa njengoNgqongqoshe wezeziMali uPravin Gordhan.

Le nhlangano ifake amaphepha aphuthumayo enkantolo ngoLwesihlanu, kepha lolu daba lwabambezeleka ukuze ne-ANCYL izofaka amaphepha aphikisayo, nekwenzile ngoLwesihlanu ebusuku.

Lowo oyinhloko yeThe Active Citizens Group, uBenedictor Madokwe, uthe bangu-1 000 abantu okulindeleke ukuba bahambele le nkonzo ezobanjelwa eSastri College.

OLUNYE UDABA: BUKA: Adale isiminyaminya amaloli ebhikishela uZuma emgwaqeni

Uthe i-ANCYL yezwakala ngaphambilini ibiza uGordhan ngempimpi mokuyizinsolo abazithathela phezulu.

Amanye amalungu e-ANCYL akungabaza esidlangalaleni ukuthembeka kukaGordhan ku-ANC.

UNobhala we-ANCYL esifundazweni, uThanduxolo Sabelo, uthe lokhu akusilo iqiniso.

Encwadini efungelwe efakwe enkantolo uthe ukuphawula akwenza ngenkonzo yesikhumbuzo kaKathrada wakwenza emhlanganweni wangasese.

“Angazi ukuthi lokho kwafika kanjani kwabezindaba, futhi ngiyaphika ukuthi kuyiqiniso. Ukugxeka uGordhan nokungabaza ukwethembeka kwakhe ku-ANC kuyizinto ezimbili ezingefani,” esho.

Uthe azikho izinhlelo zokuphazamisa le nkozo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.