USomizi uzonikezela ngamasudi angu-30 kubafundi abadla imbuya ngothi

2016-07-13 19:01

Johannesburg – Usomizi uthathele ezinkundleni zokuxhumana ukuveza izinhlelo zakhe zokubungaza usuku lukaNelson Mandela.

USomgaga uzonikezela ngamasudi kanokusho angu-30 aseke awagqoka emicimbini ephambili kubafundi abangu-30 bakamatikuletsheni.

“Seluseduze usuku lukaMandela, ngonyaka odlule ngasungula umkhankaso wezingubo zamantombazane zokugqoka kumdanso kamatikuletsheni.

OLUNYE UDABA:USomizi uthi uzoshaya into ethi, "ratatata" emcimbini

Ngomkhankaso odlule, kwahlomula amantombazane angu-300 ezindaweni ezahlukahlukene kuleli. Kulo nyaka ngihlele ukunikezela ngamasudi angu-67 azogqokwa abafana kumdanso kamatikuletsheni,”kusho yena.

Uqhubeke wathi kulabo abazohlomula ngawakhe ngqo angu-30 kumele bagqoke osayizi abaphakathi kuka-28 no-32, kubika iSowetanlive.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.